Yenza Umbiko Omusha |
Ukulandela Umbiko Osuwenziwe: |
|
Ukulethela izinhlangano emhlabeni wonke olayini abasheshayo abangadaluli amagama, abayimfihlo.
Inhloso ye-NAVEX ukuqinisekisa ukuthi ungakwazi ukuxhumana ngezinkinga nokukhathazeka okuhlobene nezenzo ezingekho emthethweni noma ezingahambisani nokuziphatha okuhle ngokuphepha nangokwethembeka kubaphathi benhlangano noma ebhodini labaqondisi, kuyilapho kugcinwa ukungaziwa kwakho nobumfihlo bakho. Silwela ukwenza ukubika izindaba nezinkathazo kuqonde futhi kube lula ngokusemandleni. Amakhasi alandelayo e-web azokukhombisa indlela ebe egcine ubumfihlo nokungadaluli igama lakho kuleso naleso sinyathelo. Landela lezi nyathelo uma uthumela umbiko wakho:
Emva kokuthumela umbiko wakho, uzonikwa ukhiye wombiko. Iphasiwedi nokhiye wombiko kwakho kukuvumela ukuba ulandele umbiko wakho. |
|